Letra de Uhamba Nathi
Ingathi konke kuhamba ngoliyini Nomnyanga ungena ngophawini Uma ke walingwa lo ngakithi Thina ke sosinda, ngoba yini Okwamanje is'khathi sihamba solo Kodwa abenzi bobubi one day bazozisola Okwamanje is'khathi samba solo Kodwa abenzi bobubi one day bazozisolaNcuma, hleka, jabula UMdal' uhamba nathi, uMdali uhamba nathi Ncuma, hleka, jabula Uhamba nathi, uhamba nathi, Mdali uhamba nathi UMdali uhamba nathiNgithi nqonqonqo kakad' uThix' uzakuvulula Okoko sivuma wasifela Mangicinga ngawe ngibethwa luvalo Khayive, khayive lengom' idlulis' umbulelo Okwamanje bathi sihamba solo Kodwa abenzi bobubi one day bazoyisola Okwamanje bathi samba solo Kodwa abenzi bobubi one day bazozisolaNcuma, hleka, jabula UMdal' uhamba nathi, uMdal' uhamba nathi Ncuma, hleka, jabula UMdal' uhamba nathi, uMdal' uhamba nathi Uhamba nathi, uhamba nathi, uMdal' uhamba nathi Uhamba nathi, uMdal' uhamba nathiUhamba nathi, uhamba nathi (Ngicel' ungivikele) hleka, jabula (nezingane zami) (Ngicel' ungivikele) uMdal' uhamba nami (unikez' imali) Ncuma, hleka, jabula (hamba nathi) (Ngicel' ungivikele) uhamba nathi (nengane zami) UMdal' uhamba nathi (ngicel' ungivikele) Uhamba nami (ung'nikez' imali) uhamba nathi (Ngicel' ungivikele) Wena Babe ngicel' ungivikele (hamba nathi oh) Uhamba nathi oh!
